~Ungacabanga ukuthi abantu ababephila ngezikhathi zaBhayibheli bebenjani? Ungacbanga ukuthi bebegqoka kanjani, futhi babehlala kuphi? Umlando weBhayibheli Ochazwa Ngezithombe ( iThestamente Elisha ) izakubonisa ukuthi ukuthi ukuphila kwabo kwakunjani. Lebhayibheli lizochaza ngemifanekiso enemibala. Ephepheni ngalinye ekugcineni kunamavesi owatholayo ongawa funda ebhayibhelini lakho.